Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 129:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Mabajabhe bonke abalizondayo iZiyoni, babuye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Mabajabhiswe, babuyiselwe emuva bonke abazonda iSiyoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Mabajabhiswe, babuyiselwe emuva bonke abazonda iZiyoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 129:5
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi kwenzeka ukuthi lapho zonke izitha zethu zizwa lokhu, futhi zonke izizwe ezazisizungezile zibona lezi zinto, zadangala kakhulu emehlweni azo, ngokuba zabona ukuthi lo msebenzi wenziwa nguNkulunkulu wethu.


UHamani wamtshela uSeresi umkakhe nabo bonke abangane bakhe ngakho konke okumehleleyo. Izazi zakhe noSeresi umkakhe zathi kuye: “Uma uMoridegayi oqale ukuwa phambi kwakhe engowenzalo yabaJuda, awuyikumhlula, kepha uyakuwa nokuwa phambi kwakhe.


Ngakho abaJuda bachitha zonke izitha zabo ngokuceka kwenkemba, nangokubulala, nangokubhubhisa, benza njengokuthanda kwabo kwababazondayo.


Khulekelani ukuthula kweJerusalema: bazaphumelela abakuthandayo.


Mabathukuthelele ihlazo labo abathi kimi: Ashila, ashila!


Mabajabhe, baqedwe abamelene nomphefumulo wami; mabambozwe ihlazo nehlazo abafuna ukungilimaza.


Kuyakuthi lapho uJehova esewenzile wonke umsebenzi wakhe entabeni yaseSiyoni naseJerusalema, ngihambele isithelo senhliziyo enamandla yenkosi yase-Asiriya nodumo lokuphakama kwayo.


Kuyoba njengalapho olambile ephupha futhi ebheka, uyadla; kodwa uyavuka, umphefumulo wakhe ungenalutho, noma njengalapho owomileyo ephupha futhi ebheka, uyaphuza; kodwa uyavuka, futhi bheka, ukhathele futhi umphefumulo wakhe ulambile; kuyoba njalo ubuningi bazo zonke izizwe ezilwa neNtaba iSiyoni.


Yileli izwi uJehova alikhuluma ngaye; Intombi emsulwa, indodakazi yaseSiyoni, iyakudelela, yakuhleka; indodakazi yaseJerusalema yanikina ikhanda phezu kwakho.


Ngoba ngizawuvikela lumuzi ukuze ngiwusindise ngenxa yami lenceku yami uDavida.


Manje futhi izizwe eziningi zikubuthanele ezithi: Malingcoliswe, amehlo ethu mawabe seSiyoni.


Ngalolo suku ngiyakwenza iJerusalema libe yitshe elinzima kubo bonke abantu;


Ngalolo suku ngiyakwenza ababusi bakwaJuda babe njengeziko phakathi kwezinkuni nanjengobhaqa esithungwini; ziyodla bonke abantu nxazonke, kwesokudla nakwesokunxele, futhi iJerusalema liyophinde lihlalwe endaweni yalo, eJerusalema.


Uma umuntu engayithandi iNkosi uJesu Kristu, makabe ngoqalekisiweyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka