Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 119:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Susa kimi isihlamba nokudelelwa; ngoba ngigcinile ubufakazi bakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Susa kimi isihlamba nokudelelwa, ngokuba ngiyaqaphela ubufakazi bakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

22 Susa kimi inhlamba nokweyiswa, ngokuba ngibugcinile ubufakazi bakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 119:22
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abangane bami bayangidelela, kodwa iso lami likhala izinyembezi kuNkulunkulu.


Susa ihlazo lami engiyesabayo, ngokuba izahlulelo zakho zinhle.


Ngakho ngizakwazi ukumphendula ongithukayo, ngoba ngithemba ilizwi lakho.


Thembela kuJehova, wenze okuhle; niyohlala ezweni, nondliwa.


Uyakuveza ukulunga kwakho njengokukhanya nokwahlulela kwakho njengemini enkulu.


Ngisindise kuzo zonke iziphambeko zami; ungangenzi ihlazo leziwula.


Njengenkemba emathanjeni ami, izitha zami ziyangihlambalaza; lapho bethi kimi insuku zonke: Uphi uNkulunkulu wakho?


Ngakho-ke masiphumele kuye ngaphandle kwekamu, sithwele ihlazo lakhe.


Ngokuba kuludumo luni, uma nibekezela nishaywa ngenxa yokona na? kepha uma nenza kahle nihlupheka ngenxa yalokho, nikubekezelela, lokho kuyabongeka kuNkulunkulu.


UNabali wasephendula izinceku zikaDavida wathi: Ngubani uDavida? futhi ingubani indodana kaJese? kulezi zinsuku ziningi izinceku ezephula, kube yilowo nalowo enkosini yakhe.


UDavide esezwile ukuthi uNabali ufile, wathi: “Makabusiswe uJehova owamela icala lami lokuhlanjalazwa esandleni sikaNabali, wayisindisa inceku yakhe ebubini; ngoba uJehova ulobubi bukaNabali ekhanda lakhe. UDavide wathumela wakhuluma ku-Abigayili ukuba amthathe abe ngumkakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka