Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 119:170 - Contemporary Zulu Bible 2024

170 Ukuncenga kwami makuze phambi kobuso bakho; ngisindise ngokwezwi lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

170 Ukuncenga kwami makuze ebusweni bakho; ngihlenge ngokwezwi lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

170 Ukunxusa kwami makufinyelele phambi kwakho; ngihlenge ngokwezwi lakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 119:170
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Manje, Jehova Nkulunkulu, izwi owalikhuluma ngenceku yakho nangendlu yayo liqinise kuze kube phakade, wenze njengokukhuluma kwakho.


VAU. Makube phezu kwami umusa wakho, Jehova, insindiso yakho ngokwezwi lakho.


Ngingowakho, ngisindise; ngoba ngifunile iziyalezo zakho.


Yizwa izwi lokunxusa kwami, lapho ngikhala kuwe, lapho ngiphakamisela izandla zami endlini yakho engcwele.


Khothamelani kimi; ngisindise masinyane; ube yidwala lami eliqinile, indlu yenqaba yokungisindisa.


Ngakho-ke, lalela, nkosi yami, nkosi; ukunxusa kwami makwamukeleke emehlweni akho; ukuze ungangivumeli ngibuyele endlini kaJonathani umbhali, ukuze ngingafele khona.


Wathi kumprofethi uJeremiya: “Isicelo sethu makwamuke phambi kwakho, usikhulekele kuJehova uNkulunkulu wakho, nangenxa yonke le nsali; (ngokuba siyingcosana nje esisele kwabaningi, njengoba amehlo akho esibona;)


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka