Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 116:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngokuba uwukhululile umphefumulo wami ekufeni, amehlo ami ezinyembezini, nezinyawo zami ekuweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Yebo, ukhululile umphefumulo wami ekufeni, amehlo ami ezinyembezini, nezinyawo zami ekuweni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Impela uwuhlengile umphefumulo wami ekufeni, namehlo ami, ezinyembezini, nezinyawo zami, ekukhubekeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 116:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Noma ewa, akayikuwa phansi nesiqalekiso, ngokuba uJehova uyamsekela ngesandla sakhe.


Kodwa uNkulunkulu uzakhulula umphefumulo wami emandleni eHayidesi, ngoba yena uzangamukela. Sela.


Ngokuba uwusindisile umphefumulo wami ekufeni; Awuyikukhulula izinyawo zami ekuweni, ukuze ngihambe phambi kukaNkulunkulu ekukhanyeni kwabaphilayo na?


Ngokuba umusa wakho mkhulu kimi, uwukhululile umphefumulo wami endaweni yabafileyo.


Lapho ngithi: Unyawo lwami luyashelela; Umusa wakho, Jehova, ungiphasile.


Uyakushwabadela ukufa ngokunqoba; iNkosi uJehova iyakwesula izinyembezi ebusweni bonke; futhi usongo lwabantu bayo iyoyisusa emhlabeni wonke, ngoba uJehova ukukhulumile.


Hamba uthi kuHezekiya: Usho kanje uJehova uNkulunkulu kaDavide uyihlo, uthi: Ngizwile umkhuleko wakho, ngibonile izinyembezi zakho; bheka, ngiyakwenezela ezinsukwini zakho iminyaka eyishumi nanhlanu.


UNkulunkulu uyakwesula izinyembezi zonke emehlweni abo; ukufa akusayikuba-khona, nokudabuka, nokukhala, nobuhlungu akusayikuba-khona; ngokuba okokuqala kudlulile.


Ngokuba iWundlu eliphakathi kwesihlalo sobukhosi liyakubalusa, libaholele emithonjeni yamanzi okuphila;


Izinhloli zabona umuntu ephuma emzini, zathi kuye: “Sibonise indlela yokungena emzini, siyakukwenzela umusa.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka