Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 115:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Nina ndlu ka-Aroni, thembelani kuJehova; yena ulusizo lwabo nesihlangu sabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 O wena ndlu ka-Aroni, themba kuJehova; yena ulusizo lwabo nesihlangu sabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Wena ndlu ka-Aroni, themba kuSimakade, Yena ulusizo lwabo nesihlangu sabo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 115:10
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Emva kwalokho kwafika izwi likaJehova ku-Abrama ngombono, lathi: “Ungesabi, Abrama, ngiyisihlangu sakho, nomvuzo wakho mkhulu kakhulu;


Manje indlu ka-Aroni mayisho ukuthi umusa wakhe umi phakade.


“Thatha umfowenu u-Aroni namadodana akhe kanye naye kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi, o-Aroni, noNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari, amadodana ka-Aroni.


Kube yisikhumbuzo kubantwana bakwa-Israyeli, ukuba kungasondeli owezizwe ongesiye owenzalo ka-Aroni ukunikela impepho phambi kukaJehova; ukuze angabi njengoKora nanjengesixuku sakhe, njengalokho uJehova eshilo kuye ngesandla sikaMose.


Wakhuluma kuKora nakuso sonke isixuku sakhe, wathi: “Kusasa uJehova uyakwenza kwaziwe ukuthi ngubani ongowakhe nokuthi ngubani ongcwele; futhi makasondele kuye; futhi lowo amkhethileyo uyomenza ukuba asondele kuye.


Ngalokho wena namadodana akho kanye nawe niyakuba ngubupristi kukho konke okwase-altare nangaphakathi kwesihenqo; niyakukhonza; ngininikile ubupristi benu njengesipho; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka