Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 109:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba umlomo wababi nomlomo wabakhohlisayo bangivulele; bakhulume ngami ngolimi lwamanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba umlomo womubi nomlomo wenkohliso bawuvulile ngakimi; bakhulumile ngami ngolimi lwamanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Ngokuba umlomo womubi nomlomo wenkohliso kumelene nami, kuqamba amanga ngami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 109:2
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.


U-Ahithofeli wathi ku-Abisalomu: “Mangikhethe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nambili, ngisuke ngixoshe uDavide ngalobu busuku.


Balola ulimi lwabo njengenyoka; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo. Sela.


Ngokuba ngizwile ukuhleba kwabaningi; njengoba becebisana ngami, baceba ukususa umphefumulo wami.


Izindebe zamanga mazithuliswe; abakhuluma ngokuzidla nangokudelela abalungileyo.


Uyawathanda onke amazwi adlayo, wena lulimi olukhohlisayo.


Udebe lweqiniso luyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungomzuzwana.


Inhliziyo yolungileyo ihlola ukuphendula, kodwa umlomo wababi uthulula okubi.


Amehlo aziqhenyayo, nolimi lwamanga, nezandla ezichitha igazi elingenacala;


Futhi bagoba ulimi lwabo njengomnsalo ukuze baqambe amanga, kodwa kabanasibindi ngeqiniso emhlabeni; ngoba basuka kokubi baye kokubi, njalo kabangazi, kutsho i Nkosi.


Futhi bayakukhohlisa, kube yilowo nalowo umakhelwane wakhe, bangakhulumi iqiniso;


Base bemisa ofakazi bamanga abathi: “Lona kayeki ukukhuluma amazwi ayinhlamba ngale ndawo engcwele nangomthetho;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka