Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 9:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Manje uma nenze ngeqiniso nangobuqotho ngokubeka u-Abimeleki inkosi, futhi uma nenze kahle kuJerubali nendlu yakhe futhi nenze kuye njengokwemisebenzi yezandla zakhe;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 “Ngalokho uma nenzile ngeqiniso nangobuqotho lapho nimbeka u-Abimeleki inkosi, uma nimphathile kahle uJerubali* nendlu yakhe, nenza kuye njengokufanele izandla zakhe

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 “Ngakho-ke uma nikwenze lokhu ngezinhliziyo ezinhle, nangokuhlonipha, lapho nibeka u-Abhimeleki abe yinkosi, futhi namphatha kahle uJerubhali nabendlu yakhe, nenza kuye njengoba kufanele ngenxa yezenzo zakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 9:16
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalokho wambiza ngokuthi uJerubali ngalolo suku, wathi: “UBali makamelane naye, ngokuba badilizile i-altare lakhe.”


Futhi ababonisanga umusa endlini kaJerubali, uGideyoni, njengakho konke okuhle abenzela u-Israyeli.


Isihlahla somunga sathi ezihlahleni: “Uma ningigcoba nokungigcoba ngibe yinkosi phezu kwenu, wozani nithembele emthunzini wami;


(Ngokuba ubaba wanilwela, wabeka ukuphila kwakhe engozini kude, wanisindisa esandleni sakwaMidiyani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka