Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 9:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Umvini wathi kuzo: “Ngingalishiya yini iwayini lami elithokozisa uNkulunkulu nabantu, ngihambe ngihambahamba phezu kwemithi na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Umvini wathi kuyo: ‘Ngiyakuliyeka yini iwayini lami elithokozisa onkulunkulu nabantu, ngiye ngintengantenge phezu kwemithi, na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 “Umvini waphendula wathi: ‘Ngiyeke yini ukukhiqiza iwayini elithokozisa onkulunkulu nabantu, ngihambe ngiyobusa phezu kwemithi, na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 9:13
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

newayini elithokozisa inhliziyo yomuntu, namafutha okwenza ubuso bakhe bukhanye, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.


Nika okudakwayo osondelayo, newayini kwabadabukileyo.


Umkhosi wenziwa inhlekisa, iwayini liyajabulisa, kodwa imali iphendula konke.


Ngafuna enhliziyweni yami ukuba nginakwe iwayini, kepha ngayiqondisa inhliziyo yami ngokuhlakanipha; nokubamba ubuwula, ngize ngibone ukuthi lezo zinto zaziyini kubantwana babantu ababeyakuzenza phansi kwezulu zonke izinsuku zokuhamba kwabo.


Kumelwe ulethe inxenye yehini lewayini libe ngumnikelo wokuphuzwayo, libe ngumnikelo womlilo wephunga elimnandi kuJehova.


Ingxenye yesine yehini lewayini njengomnikelo wokuphuzwayo uyakuyilungisa kanye nomnikelo wokushiswa noma umhlatshelo ngewundlu elilodwa.


Njalo uzalungisa ingxenye yesithathu yehini lewayini njengomnikelo wokunathwayo, libe yiphunga elimnandi eNkosini.


Izihlahla zathi evinini: Woza, usibuse.


Yonke imithi yathi emeveni: Woza, usibuse.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka