Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 6:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 UGideyoni wasesithi kuNkulunkulu: Intukuthelo yakho mayingavutheli kimi, kodwa ngizakhuluma kanye kuphela; ake ngiwuvivinye, kepha manje ngoboya; manje makuwome eboyeni kuphela, kube khona amazolo emhlabathini wonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 UGideyoni wathi kuNkulunkulu: “Intukuthelo yakho mayingangivutheli, ngizakukhuluma kanye kuphela: Ake ngilinge kanye kuphela ngoboya; makube komile eboyeni bodwa, kube khona amazolo emhlabathini wonke.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

39 UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Ungaluvumeli ulaka lwakho lungivuthele, ake ngikhulume futhi; ngiyakucela, ake ngilinge futhi ngoboya kube kanye; makube nguboya kuphela obomileyo, emhlabathini wonke kube khona amazolo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 6:39
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi kuye: “Mayingathukutheli iNkosi, mina-ke ngiyakukhuluma: Mhlawumbe kungafunyanwa abangamashumi amathathu.” Wathi: “Angiyikukwenza uma ngithola amashumi amathathu.”


Wathi: “INkosi mayingathukutheli, ngisakhuluma kanye nje: Mhlawumbe kungafunyanwa abayishumi khona.” Wathi: “Angiyikuwubhubhisa ngenxa yabayishumi.”


Kungani ekufikeni kwami kwakungekho muntu? ngithe ngifona kungekho ophendulayo? Isandla sami sifinyeziwe yini ukuba singehlenge na? noma anginawo amandla okusindisa na? Bheka, ngokusola kwami ngomisa ulwandle, nemifula ibe ugwadule; izinhlanzi zabo ziyanuka, ngokuba kungekho manzi, ziyafa ukoma.


Ngakho-ke ngithi kini: Niyakwamukwa umbuso kaNkulunkulu, unikwe isizwe esithela izithelo zawo.


Kepha abantwana bombuso bayakukhishelwa ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.


Khona oPawulu noBarnaba bakhuluma isibindi, bathi: “Bekufanele ukuba izwi likaNkulunkulu likhulunywe kini kuqala;


Yathi kimi: ‘Hamba, ngokuba mina ngiyakukuthuma kude kwabezizwe.


Ngakho-ke makwazeke kini ukuthi usindiso lukaNkulunkulu luthunyelwa kwabezizwe, futhi bayakuzwa.


Kwaba njalo: ngokuba wavuka ekuseni ngakusasa wahlohla uboya, wakhama amazolo eboyeni, isitsha esigcwele amanzi.


Wenze njalo uNkulunkulu ngalobo busuku, ngokuba kwakoma eboyeni bodwa, kwakukhona amazolo emhlabathini wonke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka