Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 5:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Jehova, ekuphumeni kwakho eSeyiri, ekukhuphukeni kwakho ezweni lakwa-Edomi, umhlaba wazamazama, nezulu laconsa, namafu aconsa amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 “Jehova, ekuphumeni kwakho eSeyiri, ekusukeni kwakho ezweni lakwa-Edomi umhlaba wazamazama, namazulu aconsa, yebo, amafu aconsa amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 “Simakade lapho uphuma eSeyiri, uphuma esifundeni kwa-Edomi umhlaba wazamazama namazulu ayithulula, amafu athulula amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 5:4
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wabayala wathi: “Niyakukhuluma kanje enkosini yami u-Esawu; Isho kanje inceku yakho uJakobe, ithi: Ngahlala kuLabani njengowezizwe, ngahlala khona kwaze kwaba manje.


Umhlaba wazamazama, wazamazama; izisekelo zezulu zanyakaza, zazamazama, ngokuba wayethukuthele.


Owenza umhlaba unyakaze usuke endaweni yawo, zithuthumele izinsika zawo.


Wena, Nkulunkulu, wathumela imvula enkulu, owaqinisa ngayo ifa lakho lapho selikhathele.


Amayezi athulula amanzi, umoya wakhipha umsindo; nemicibisholo yakho yaphumela phesheya.


Izwi lokuduma kwakho lalisezulwini; umbani wakhanyisa izwe, umhlaba wazamazama, wazamazama.


Thina singabakho; awuzange ubabuse; kababizwa ngebizo lakho.


Izintaba ziyoncibilika phansi kwakhe, nezigodi ziqhekezeke, njengengcina phambi komlilo, nanjengamanzi athululelwa endaweni eyehlelayo.


Wathi: “UJehova wavela eSinayi, wabavukela evela eSeyiri; wakhanya entabeni yasePharanu, weza nabangcwele abayizinkulungwane eziyishumi; esandleni sakhe sokunene kwaphuma umthetho womlilo kubo.


ozwi lakhe ngalesosikhathi lazamazamisa umhlaba, kodwa khathesi uthembisile, esithi: Ngisezakuba kanye futhi, kungeyisikho umhlaba wodwa, kodwa lezulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka