Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 5:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Umfula iKishoni wabakhukhula, umfula omdala, umfula iKishoni. Awu mphefumulo wami, uwanyathele amandla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Umfudlana iKishoni wabakhukhula, umfudlana wamandulo, umfudlana iKishoni. Awu, mphefumulo wami, nyathela ngamandla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Umfudlana iKhishoni wabakhukhula, umfudlana odla izindwani, umfudlana iKhishoni. Nyathela, mphefumulo wami, nyathela ngamandla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 5:21
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngilindele insindiso yakho, Jehova.


UElija wasesithi kubo: Babambani abaprofethi bakaBhali; makungaphunyuki noyedwa kubo. Babathatha, u-Eliya wabehlisela emfudlaneni iKishoni, wababulalela khona.


Ngawe sizacindezela izitha zethu; ngegama lakho siyakunyathela abasivukelayo.


UJehova ungamandla ami nehubo lami, waba yinsindiso yami; unguNkulunkulu wami, ngiyakumlungisela indawo yokuhlala; uNkulunkulu kababa, ngiyakumphakamisa.


Ngokuba isandla sikaJehova siyakuhlala kule ntaba, uMowabi anyathelwe phansi njengotshani bunyathelwa phambi komquba.


Khona isitha sami siyakubona, simbozwe amahloni esasithi kimi: ‘Uphi uJehova uNkulunkulu wakho? amehlo ami ayakumbheka; manje liyakunyathelwa phansi njengodaka lwezitaladi.


USisera wabutha zonke izinqola zakhe, izinqola zensimbi ezingamakhulu ayisishiyagalolunye, nabo bonke abantu ababenaye, kusukela eHarosheti labezizwe kuze kufike emfuleni iKishoni.


Ngiyakudonsela kuwe uSisera induna yempi kaJabini nezinqola zakhe nesixuku sakhe emfuleni iKishoni; ngiyakumnikela esandleni sakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka