AbAhluleli 3:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 UMoya kaJehova wehlela phezu kwakhe, waqondisa u-Israyeli, waphuma ukulwa. Isandla sakhe saba namandla phezu kukaKushan-Risatayim. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 UMoya kaJehova wayephezu kwakhe, wahlulela u-Israyeli, waphuma impi, uJehova wanikela uKushani Rishatayimi inkosi yase-Aramu Naharayimi esandleni sakhe; isandla sakhe samahlula uKushani Rishatayimi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202010 UMoya kaSimakade wehlela phezu kwakhe, wabehlulela abakwa-Israyeli; waphuma waya empini, uSimakade wayinikela esandleni sakhe inkosi uKhushani Rishathayimi yase-Aramu, wamehlula uKhushani Rishathayimi. Uka jalj uñjjattʼäta |