Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 21:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Abantwana bakwaBenjamini benza kanjalo, bazithathela abafazi ngokwenani labo kubadansi ababebathumbile; bahamba babuyela efeni labo, bakha imizi, bahlala kuyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Abantwana bakwaBenjamini benze njalo, bazithathela abafazi njengenani labo kwabasinayo, ababaqhwagayo; bahamba, babuyela efeni labo, bakha imizi, bahlala kuyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 AbakwaBhenjamini benza kanjalo, kwayilowo nalowo wazithwalela umfazi, ezintombini ezazisina, base behamba, babuyela endaweni yabo, bayakha kabusha imizi yabo, bahlala kuyo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 21:23
2 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadoda akwa-Israyeli abuyela kubantwana bakwaBenjamini, ababulala ngosiko lwenkemba, namadoda akuleyo naleyo mizi, njengezilwane, nabo bonke abafika esandleni; bathungela yonke imizi ngomlilo abafike kukho.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka lapho ngaleso sikhathi, kwaba yilowo nalowo waya esizweni sakubo nasemndenini wakhe, baphuma lapho, kwaba yilowo nalowo waya efeni lakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka