Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 20:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Yingakho bafulathela phambi kwamadoda akwa-Israyeli endleleni eya ehlane; kodwa impi yabafica; abaphuma emizini bababhubhisa phakathi kwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Ngalokho bafulathela phambi kwabantu bakwa-Israyeli, bahamba ngendlela yasehlane, kepha ukulwa kwabalandela; abaphuma emizini bababulala phakathi kwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

42 Ngakho-ke babaleka phambi kwabakwa-Israyeli, bemba bembulula belibhekise ngasehlane, kodwa impi yabafica labo ababevela ngasemzini, bababulala phakathi kwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 20:42
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJuda waya ekudingisweni ngenxa yosizi nangenxa yobugqila obukhulu; uhlala phakathi kwezizwe, kakutholi ukuphumula; bonke abashushisi balo balifica endaweni engenalutho.


O Israyeli, wonile kusukela ezinsukwini zaseGibeya; lapho bema; ukulwa eGibeya ngokumelene nabantwana bobubi akubaficanga.


Bazonakalisa ngokujulile njengasezinsukwini zaseGibeya; ngalokho uyakukhumbula ububi babo, ahambele izono zabo.


UJoshuwa nabo bonke abakwa-Israyeli benza sengathi bahluliwe phambi kwabo, babaleka ngendlela eya ehlane.


Kwathi u-Israyeli eseqedile ukubulala bonke abakhileyo e-Ayi endle, ehlane ababebaxoshele kulo, sebewa bonke ngosiko lwenkemba baze baqedwa, wonke u-Israyeli wabuyela e-Ayi, wayinqoba. Yona ngobukhali benkemba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka