AbAhluleli 20:31 - Contemporary Zulu Bible 202431 Abantwana bakwaBenjamini baphuma ukulwa nabantu, basuswa emzini; baqala ukuhlasela nokubulala abanye babantu njengakuqala emigwaqweni emikhulu, omunye wabo okhuphukela endlini kaNkulunkulu, omunye eGibeya endle, kungathi amadoda angamashumi amathathu akwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE31 Abantwana bakwaBenjamini baphuma ukulwa nabantu, badonswa, baphuma emzini; baqala ukubulala nokuceka abantu njengakwezinye izikhathi emendweni, omunye okhuphukela eBethele, omunye oya eGibeya ensimini, kungathi amadoda angamashumi amathathu kwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202031 Lapho abakwaBhenjamini bephuma ukuyokulwa nabakwa-Israyeli, yabaheha eyakwa-Israyeli ukuba baqhele emzini. AbakwaBhenjamini baqala ukubulala, nokulimaza amabutho, kwasala amadoda angama-30 akwa-Israyeli enkundleni, emigwaqweni, nasendleleni eqonde eBhethele naseGibheya. Uka jalj uñjjattʼäta |