AbAhluleli 20:26 - Contemporary Zulu Bible 202426 Bonke abantwana bakwa-Israyeli nabo bonke abantu bakhuphukela endlini kaNkulunkulu, bakhala, bahlala phansi phambi kukaJehova, bazila ukudla ngalolo suku kwaze kwahlwa, banikela ngeminikelo yokushiswa neminikelo yokubonga phambi kukaJehova. NKOSI. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE26 Base bekhuphuka bonke abantwana bakwa-Israyeli, abantu bonke, bafika eBethele, bakhala, bahlala khona phambi kukaJehova, bazila ukudla ngalolo suku kwaze kwahlwa; banikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaJehova. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202026 Abakwa-Israyeli, yonke impi, babuyela eBhethele, bakhala, behleli lapho phambi kukaSimakade, bazila ukudla ngalolo lusuku kwaze kwaba kusihlwa. Base benikela phambi kukaSimakade ngemihlatshelo yokushiswa nangemihlatshelo yokuthula. Uka jalj uñjjattʼäta |