AbAhluleli 20:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Manje siphe amadoda, amadodana kaBheliyali, aseGibeya, ukuze siwabulale, sisuse ububi kwa-Israyeli. Kepha abantwana bakwaBenjamini abavumanga ukulalela izwi labafowabo, abantwana bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngalokho khiphani labo bantu, abantu ababi, abaseGibeya, ukuba sibabulale, sixoshe ububi kwa-Israyeli.” Kepha uBenjamini kavumanga ukulalela izwi labafowabo, abantwana bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202013 Manje, lethani lezo zigilamkhuba eziseGibheya ukuze sizibulale, sisuse ububi kwa-Israyeli.” Kodwa abakwaBhenjamini abafunanga ukulalela abafowabo bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.