AbAhluleli 19:30 - Contemporary Zulu Bible 202430 Kwathi bonke abakubonayo bathi: “Okunje akukenziwa, akubonwanga kusukela osukwini abantwana bakwa-Israyeli abakhuphuka ngalo ezweni laseGibithe kuze kube namuhla; naka, thola izeluleko futhi ukhulume okucabangayo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE30 Kwathi bonke abakubonayo bathi: “Akuzange kwenziwe okunjalo, akuzange kubonwe kusukela osukwini abantwana bakwa-Israyeli abakhuphuka ngalo ezweni laseGibithe kuze kube namuhla; zindlani ngalokho, nilulekane, nikhulume.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202030 Bonke abakubonayo lokhu bathi: “Lokhu kakukaze kwenzeke futhi akuzange kubonwe kusukela ngosuku abantu bakwa-Israyeli abakhuphuka ngalo eGibhithe kuze kube namhlanje. Zindlani ngakho, nelulekane, nibonisane ukuthi kwenziwenjani.” Uka jalj uñjjattʼäta |