Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 19:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bheka, kwafika ixhegu livela emsebenzini walo kusihlwa livela ensimini, nalo livela ezintabeni zakwa-Efrayimi; wagogobala eGibeya, kepha abantu baleyo ndawo babengabakwaBenjamini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Bheka, kwafika ixhegu livela emsebenzini walo ensimini kusihlwa; lalingumuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi, lagogobala eGibeya; kepha abantu baleyo ndawo babe ngabakwaBenjamini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Kusihlwa kwaqhamuka ikhehla livela emsebenzini walo ensimini. Lelo khehla lalidabuka kwelezintaba kwa-Efrayimi, kodwa lase ligogobele eGibheya. Abantu bakule ndawo kwakungabakwaBhenjamini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 19:16
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngesithukuthuku sobuso bakho uyakudla isinkwa uze ubuyele emhlabathini; ngoba nathathwa kuwo; ngokuba uluthuli, uyakubuyela othulini.


Umuntu uyaphuma aye emsebenzini wakhe nasekukhandlekeni kwakhe kuze kuhlwe.


Ngokuba uyakudla umsebenzi wezandla zakho; uzojabula, futhi uzophila.


Inotho ezuzwe yize izancipha, kodwa obutha ngomshikashika uzakwanda.


Kuwo wonke umshikashika kukhona inzuzo, kepha ukukhuluma kwezindebe kukhombisa ukwehluleka.


Lungisa umsebenzi wakho lapho, uzilungisele wona ensimini; bese wakhe indlu yakho.


Nganikela inhliziyo yami ukufuna nokuphenya ngokuhlakanipha ngakho konke okwenzeka phansi kwezulu: lo mzamo wosizi uNkulunkulu awunike abantwana babantu ukuba baqeqeshwe ngawo.


Ubuthongo besisebenzi bumnandi, noma sidla okuncane noma okuningi; kodwa inala yesicebi ayisoze imenze alale.


Bazonakalisa ngokujulile njengasezinsukwini zaseGibeya; ngalokho uyakukhumbula ububi babo, ahambele izono zabo.


Owebayo makangabe eseba, kodwa kunalokho makakhuthale, asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.


Ngokuba nalapho sikini, saniyala ngalokhu ukuthi: Uma umuntu engathandi ukusebenza, makangadli.


Ngalezo zinsuku kungekho nkosi kwa-Israyeli, kwakukhona umLevi othile owayegogobele ezintabeni zakwa-Efrayimi, wazithathela isancinza eBetlehema Juda.


Base behamba, bahamba; ilanga lashona beseGibeya yakwaBhenjamini.


Baphambukela khona ukuze bangene balale eGibeya; esengenile, wamhlalisa esigcawini somuzi; ngoba kwakungekho muntu owabangenisa endlini yakhe ukuze balale.


Ephakamisa amehlo akhe, wabona isihambi esigcawini somuzi; lathi ixhegu: Uyaphi na? kanti ungowaphi?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka