Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 18:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Sebesendlini kaMika balazi izwi lensizwa engumLevi; bangena khona, bathi kuye: “Ulethwe ngubani lapha na?” kanti wenzani kulendawo? futhi unani lapha?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Lapha besengasendlini kaMika, balazi izwi lensizwa engumLevi, baphambukela khona, bathi kuye: “Walethwa ngubani lapha? Wenzani kule ndawo? Ufunani lapha?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Esesendlini kaMikha ezwa izwi elijwayelekile lensizwa engumLevi, ayesephambukela kuyo, ayibuza athi: “Ngubani okulethe lapha? Wenzani kule ndawo? Ufunani lapha?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 18:3
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wasondela ku-Isaka uyise; wamphatha, wathi: “Izwi liyizwi likaJakobe, kepha izandla ziyizandla zika-Esawu.”


Yini onayo lapha? Ungubani wena lapha, ukuthi uzimbele ithuna lapha, njengalokhu ezigenca ithuna phezulu, ezigenca indawo yokuhlala edwaleni, na?


Kwathi emva kwesikhashana beza kuye ababemi khona, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo; ngoba ukukhuluma kwakho kuyakuveza.


Base bethi kuye: “Yisho ukuthi Siboleti,” yena wathi Siboleti, ngokuba wayengenakukwazi ukulibiza kahle. Base bemthatha, bambulala ngasekuweleni kweJordani, kwawa ngaleso sikhathi kwabakwa-Efrayimi abayizinkulungwane ezingamashumi amane nambili.


Abantwana bakwaDani bathuma emindenini yabo amadoda ayisihlanu, amadoda anamandla, evela eSora nase-Eshitawoli, ukuba ahlole izwe, alihlole; bathi kubo: “Hambani nihlole izwe.”


Wathi kubo: “Wenze njalo uMika kimi, wangiqasha, ngase ngingumpristi wakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka