Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 17:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UMika wangcwelisa umLevi; insizwa yaba ngumpristi wayo, isendlini kaMika.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UMika wayesahlukanisela umLevi, leyo nsizwa yaba ngumpristi wakhe, yahlala endlini kaMika.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 UMikha wambeka umLevi, leyo nsizwa yaba ngumphristi wakhe, yahlala emzini kaMikha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 17:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wenza nendlu ephakemeyo, wamisa abapristi besizwe esiphansi, ababengesibo abantwana bakwaLevi.


Wakhuluma kuKora nakuso sonke isixuku sakhe, wathi: “Kusasa uJehova uyakwenza kwaziwe ukuthi ngubani ongowakhe nokuthi ngubani ongcwele; futhi makasondele kuye; futhi lowo amkhethileyo uyomenza ukuba asondele kuye.


INkosi yasisithi kuAroni: Wena lamadodana akho lendlu kayihlo kanye lawe lizathwala ububi bendlu engcwele; wena namadodana akho kanye nawe niyakuthwala ububi bobupristi benu.


UmLevi wavuma ukuhlala nalowo muntu; insizwa yaba njengenye yamadodana akhe kuye.


Wayesethi uMika: “Manje ngiyazi ukuthi uJehova uyakungenzela okuhle, ngokuba nginomLevi ongumpristi wami.”


Abantwana bakwaDani bazimisela isithombe esibaziweyo; uJonathani, indodana kaGereshomu, indodana kaManase, yena namadodana akhe baba ngabapristi besizwe sakwaDani kwaze kwafika usuku lokuthunjwa kwezwe.


Wathi kubo: “Wenze njalo uMika kimi, wangiqasha, ngase ngingumpristi wakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka