AbAhluleli 16:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Kwakukhona amadoda ayeqamekele futhi ehlezi naye ekamelweni. Wathi kuye: “AmaFilisti aphezu kwakho, Samsoni; Wahlephula izinwele, njengokugqashuka kwentambo lapho ithinta umlilo. Ngakho amandla akhe ayengaziwa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Wayenabaqamekeli behlezi ekamelweni eliphakathi. Wayesethi kuye: “AmaFilisti aphezu kwakho, Samsoni.” Wayesegqabula izinsinga njengentambo yefilakisi* igqatshulwa, lapho izwa umlilo. Ngalokho amandla akhe awaziwanga. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20209 Amadoda ayesophe ukumbulala ayesegumbini lakhe elingaphakathi, elinde khona, wayesethi kuye: “AmaFilisti aphezu kwakho, Samsoni!” Kepha wazigqabula kalula nje izintambo kwangathi umucu kahalibhoma lapho ushiswa ngumlilo. Ngakho-ke imfihlo yamandla akhe ayaziwanga. Uka jalj uñjjattʼäta |