Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 14:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwathi emva kwesikhashana wabuya ukuyomthatha, waphenduka ukuze abone isidumbu sengonyama; bheka, kwakukhona uswebezane lwezinyosi noju emzimbeni wengonyama.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Emva kwesikhathi wabuya ukuba amthathe, waphambuka ukuyobona isidumbu sengonyama; bheka, kwakukhona iqulo lezinyosi esidumbini sengonyama kanye noju.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Emveni kwesikhathi wabuyela khona ukuze aganwe nguye. Waphambuka ukuyobheka isidumbu sengonyama. Bheka, kwakunequlu lezinyosi noju esidunjini sengonyama.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 14:8
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJakobe wathi kuLabani: “Nginike umkami, ngokuba izinsuku zami ziphelele, ukuze ngingene naye.”


Ulutholile uju? yidla okwanele wena, ukuze ungasuthi, uhlanze.


Esacabanga ngalezi zinto, bheka, ingelosi yeNkosi yabonakala kuye ngephupho, ithi: “Josefa, ndodana kaDavide, ungesabi ukumthatha uMariya umkakho, ngokuba lokho akukhulelweyo kungokwasezulwini uMoya oNgcwele.


Wehla, wakhuluma nowesifazane; wamjabulisa uSamsoni.


Wathatha esandleni sakhe wadla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla; kodwa kabatshelanga ukuthi wayethethe uluju engomeni yesilwane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka