Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 12:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 UJefta wahola u-Israyeli iminyaka eyisithupha. UJefta wakwaGileyadi wafa, wembelwa komunye wemizi yakwaGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UJefta wamahlulela u-Israyeli iminyaka eyisithupha. Wafa uJefta wakwaGileyadi, wambelwa komunye wemizi yakwaGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 UJeftha wehlulela u-Israyeli iminyaka eyisithupha. UJeftha, umGileyadi, wayesefa wangcwatshwa emzini kwaGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 12:7
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantu nezikhulu zakwaGileyadi bathi omunye komunye: “Ngumuphi lowo ozoqala ukulwa nabantwana bakwa-Amoni na? uyakuba yinhloko phezu kwabo bonke abakhileyo kwaGileyadi.


Base bethi kuye: “Yisho ukuthi Siboleti,” yena wathi Siboleti, ngokuba wayengenakukwazi ukulibiza kahle. Base bemthatha, bambulala ngasekuweleni kweJordani, kwawa ngaleso sikhathi kwabakwa-Efrayimi abayizinkulungwane ezingamashumi amane nambili.


Emva kwakhe u-Ibisani waseBetlehema waqondisa u-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka