Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 11:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 ukuthi amadodakazi akwa-Israyeli ayehamba iminyaka ngeminyaka ukuyililela indodakazi kaJefta wakwaGileyadi izinsuku ezine ngomnyaka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Kwaba yisimiso kwa-Israyeli ukuba amadodakazi akwa-Israyeli aye yonke iminyaka ukuyitusa indodakazi kaJefta wakwaGileyadi izinsuku ezine ngomnyaka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

40 yonke iminyaka, amadodakazi akwa-Israyeli ahambe ayolilela indodakazi kaJeftha wakwaGileyadi izinsuku ezine.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 11:40
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USolomoni wanikela ngeminikelo yokushiswa neminikelo yokubonga kathathu ngomnyaka e-altare ayelakhele uJehova, wanyusa impepho phezu kwe-altare elaliphambi kukaJehova. Wayiqeda ke indlu.


UJeremiya walilela uJosiya, nabo bonke abahlabeleli nabahlabeleli bakhuluma ngoJosiya ezililo zabo kuze kube namuhla, bazenza zaba yisimiso kwa-Israyeli; bheka, kuyachazwa encwadini yesiLilo.


AmaJuda anquma futhi azithathela wona kanye nenzalo yawo nabo bonke abazihlanganisa nawo, ukuze kungapheli, ukuthi bagcine lezi zinsuku ezimbili njengemibhalo yabo nangesikhathi sazo esimisiwe unyaka nonyaka;


Kwathi ekupheleni kwezinyanga ezimbili yabuyela kuyise, owenza kuyo njengesithembiso sakhe asithembisayo; futhi wayengazi muntu. Futhi kwaba umkhuba kwa-Israyeli,


Abantu bakwa-Efrayimi babuthana, bakhuphukela ngasenyakatho, bathi kuJefta: “Uweleleni ukulwa nabantwana bakwa-Amoni, ungasibizanga ukuba sihambe nawe, na? siyakushisa indlu yakho phezu kwakho ngomlilo.


Labo abakhululwa emsindweni wabacibishelayo ezindaweni zemithombo yamanzi, lapho bayakuzwa izenzo zokulunga zikaJehova, izenzo ezilungileyo kwabakhileyo emadolobheni akhe kwa-Israyeli; khona-ke abantu bakaJehova bayakwehla baye emasangweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka