Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 11:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 UJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wamnikela uSihoni nabo bonke abantu bakhe esandleni sika-Israyeli, babanqoba; u-Israyeli walidla lonke ilizwe lama-Amori, abemi balelo zwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 “UJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wanikela uSihoni nabo bonke abantu bakhe esandleni sakwa-Israyeli, bababulala; u-Israyeli wadla izwe lonke lama-Amori, abantu balelo zwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 “USimakade uNkulunkulu ka-Israyeli wamnikela uSihoni nabo bonke abantu bakhe esandleni sabakwa-Israyeli, bamnqoba, abakwa-Israyeli base belidla lonke izwe lama-Amori ayehlala lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 11:21
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantwana bakwa-Israyeli babaleka phambi kukaJuda, uNkulunkulu wabanikela esandleni sabo.


Anazi yini ukuthi uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wanika uDavide umbuso kwa-Israyeli kuze kube phakade, yena namadodana akhe ngesivumelwano sikasawoti na?


Ngizamisa imingcele yakho kusukela eLwandle lweSikefe kusiya eLwandle lwamaFilisti, kusukela enkangala kuze kufike eNayile; ngokuba ngiyakubanikela abakhileyo ezweni esandleni sakho; futhi kumelwe ubaxoshe phambi kwakho.


Kodwa ngabhubhisa ama-Amori phambi kwabo, ubude bawo bunjengobude bemisedari, laqina njengezihlahla zeturpentine; kodwa ngasichitha isithelo sawo phezulu lezimpande zawo ngaphansi.


U-Israyeli wamshaya ngosiko lwenkemba, walidla izwe lakhe kusukela e-Arinoni kuze kube seJabhoki kubantwana bakwa-Amoni, ngokuba umkhawulo wabantwana bakwa-Amoni wawunamandla.


USihoni wayesephuma wasihlangabeza, yena nabo bonke abantu bakhe, ukulwa eJahazi.


UJehova wathi kuJoshuwa: “Bheka, nginikela esandleni sakho iJeriko nenkosi yalo namaqhawe anamandla;


Kepha uSihoni akamethembanga u-Israyeli ukuba adabule umkhawulo wakhe, kepha uSihoni wabutha bonke abantu bakhe, wamisa eJahazi, walwa no-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka