Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 11:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJefta wakwaGileyadi wayeliqhawe elinamandla, wayeyindodana yesifebe; uGileyadi wazala uJefta.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJefta wakwaGileyadi wayeyiqhawe elinamandla; wayeyindodana yesifebe; uGileyadi wamzala uJefta.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 UJeftha wakwaGileyadi owayeyindodana yesifebe, wayeyiqhawe elinamandla. Uyise kwakunguGileyadi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 11:1
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNahamani induna yempi yenkosi yase-Aramu wayengumuntu omkhulu enkosini yakhe nodumo, ngokuba ngaye uJehova wanikela kuma-Aramu; naye wayeyiqhawe elinesibindi, kodwa enochoko.


Ngisezakuthini futhi? ngoba isikhathi singaphela ngilandisa ngoGidiyoni, loBharaki, loSamsoni, loJefitha; ekaDavide, noSamuweli, neyabaprofethi;


Abantu nezikhulu zakwaGileyadi bathi omunye komunye: “Ngumuphi lowo ozoqala ukulwa nabantwana bakwa-Amoni na? uyakuba yinhloko phezu kwabo bonke abakhileyo kwaGileyadi.


UmkaGileyadi wamzalela amadodana; amadodana omkakhe akhula, amxosha uJefta, athi kuye: “Awuyikudla ifa endlini kababa; ngokuba uyindodana yowesifazane ongaziwa.


Ingelosi kaJehova yabonakala kuye, yathi: “UJehova unawe, qhawe elinamandla;


UJehova wathuma oJerubali noBedani noJefta noSamuweli wanikhulula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala ngokulondeka.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka