Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 10:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Abantwana bakwa-Amoni babuthana, bamisa kwaGileyadi. Abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bamisa eMispa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwabuthwa abantwana bakwa-Amoni, bamisa kwaGileyadi. Kepha abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bamisa eMispa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Kwase kubizwa abakwa-Amoni ukuba bahlome, bakanise kwaGileyadi; abakwa-Israyeli bahlangana, bakanisa eMizpha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 10:17
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

neMispa; ngoba wathi: INkosi iyalinda phakathi kwami lawe, nxa singekho omunye.


kusukela eHeshiboni ukuya eRamatimispa naseBetonimi; kusukela eMahanayimi kuze kufike emngceleni waseDebiri;


Abantu nezikhulu zakwaGileyadi bathi omunye komunye: “Ngumuphi lowo ozoqala ukulwa nabantwana bakwa-Amoni na? uyakuba yinhloko phezu kwabo bonke abakhileyo kwaGileyadi.


UJefta wayesehamba namalunga akwaGileyadi, abantu bammisa waba yinhloko nombusi phezu kwabo; uJefta wakhuluma onke amazwi akhe phambi kukaJehova eMispa.


UMoya kaJehova wehlela phezu kukaJefta, wadabula kwaGileyadi noManase, wadabula eMispa kwaGileyadi, wadlula eMispa kwaGileyadi, waya kubantwana bakwa-Amoni.


UJefta wafika endlini yakhe eMispa; futhi wayezelwe yedwa; ngaye wayengenandodana nandodakazi.


Ngemva kwesikhathi abantwana bakwa-Amoni balwa no-Israyeli.


Bathi kuJefta: “Woza ube yinhloko yethu, ukuze silwe nabantwana bakwa-Amoni.”


USamuweli wathi: “Buthani wonke u-Israyeli eMispa, nginikhulekele kuJehova.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka