2 Samuweli 8:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 UJoramu indodana yakhe wayesethumela enkosini uDavide ukuyibingelela nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadadezeri, yamnqoba; ngoba uHadadezeri wayelwile loThoyi. UJehoramu waletha izitsha zesiliva nezitsha zegolide nezitsha zethusi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 uThoyi wathuma uJoramu indodana yakhe enkosini uDavide ukuyibingelela nokuyibusisa, ngokuba yayilwile noHadadezeri, yamnqoba, ngokuba uHadadezeri wayelokhu elwa noThoyi; esandleni sakhe wayenezitsha zesiliva, nezitsha zegolide, nezitsha zethusi. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202010 uThoyi wathumela uJoramu, indodana yakhe, enkosini uDavide ukuba ayombingelela futhi ambusise, ngenxa yokuba wayelwe noHadadezeri, wamnqoba. UHadadezeri wayevamise ukulwa noThoyi. UJoramu wayephethe izinto ezenziwe ngesiliva, ngegolide, nangethusi. Uka jalj uñjjattʼäta |