Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 6:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 UDavide akathandanga ukulethela umphongolo kaJehova emzini kaDavide; kepha uDavide wayiphambukisela endlini ka-Obede Edomi umGiti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngalokho uDavide akavumanga ukuwuletha umphongolo kaJehova kuye emzini kaDavide, kepha uDavide wawubuyisela eceleni endlini ka-Obede Edomi umGiti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Ngakho-ke uDavide akavumanga ukuba umphongolo kaSimakade ulethwe kuye, emzini kaDavide, kodwa wawuchezukisa umphongolo kaSimakade, wawuyisa endlini ka-Obhede Edomi, umGithi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 6:10
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yasisithi kuIthayi umGithi: Kungani lawe uhambe lathi? buyela endaweni yakho, uhlale nenkosi, ngokuba ungowezizwe futhi ungumdingi.


UDavide wathuma ingxenye yesithathu yabantu phansi kwesandla sikaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Abishayi indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, nengxenye yesithathu ngaphansi kwesandla sika-Ithayi umGiti. Inkosi yasisithi ebantwini: Mina ngizaphuma lami lami.


(AbaseBeyeroti babalekela eGitayimi, baba ngabafokazi khona kuze kube namuhla.)


Kepha uDavide wayithumba inqaba yaseSiyoni; kungumuzi kaDavide.


UDavide wahamba wayohlala enqabeni, wayibiza ngokuthi umuzi kaDavide. UDavide wakha inhlangothi zonke, ethabathela eMilo nangaphakathi.


kanye nabo abafowabo besigaba sesibili, uZakariya, noBeni, noJahesiyeli, noSemiramoti, noJehiyeli, no-Uni, no-Eliyabe, noBenaya, noMahaseya, noMatitja, no-Elifele, noMikineya, no-Obede Edomi, noJehiyeli, abalindisango.


OSebaniya, noJehoshafati, noNethaneli, no-Amasayi, noZakariya, noBenaya, no-Eliyezeri, abapristi, babetha amacilongo phambi komphongolo kaNkulunkulu; o-Obede Edomi noJehiya babengabamasango omphongolo.


U-Asafa inhloko, beseceleni kwakhe uZakariya, noJehiyeli, noShemiramoti, noJehiyeli, noMatitja, no-Eliyabe, noBenaya, no-Obede Edomi; noJehiyeli ngamahabhu nezihabhu; u-Asafa wakhalisa amasimbali;


noJehudi, noBene Beraki, neGati-rimoni,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka