Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Amadodana kaRimoni waseBheroti, uRekabi noBahana, ahamba afika endlini ka-Ishi Bosheti elele embhedeni emini enkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Amadodana kaRimoni waseBeyeroti oRekabi noBahana ahamba, afika selishisa ilanga endlini ka-Ishi Bosheti ephumula embhedeni emini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Amadodana kaRimoni waseBherothi, uRekhabhi noBhahana ahamba, afika endlini ka-Ishi Bhoshethi emini sekushisa ilanga; wayecambalele embhedeni wakhe emini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 4:5
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi sekuhlwile, uDavide wavuka embhedeni wakhe, wahamba phezu kophahla lwendlu yenkosi; ephezu kophahla wabona owesifazane emgeza; owesifazane wayemuhle kakhulu ebukeka.


Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;


Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinhloko zamaviyo; igama lenye lalinguBahana, igama lenye lalinguRegabi, amadodana kaRimoni waseBeyeroti wabantwana bakwaBenjamini; ngokuba iBeroti labalwa kanye noBenjamini;


Inceku yakhe uZimri, induna yenxenye yezinqola zakhe, yamenzela ugobe eseTirisa, edakwa endlini ka-Arisa, umphathi wendlu yakhe eTirisa.


Esemukile kuye (ngokuba amshiya enesifo esikhulu), izinceku zakhe zamakhela ugobe ngenxa yegazi lamadodana kaJehoyada umpristi, zambulala embhedeni wakhe, wafa; bammbela. Emzini kaDavide, kepha abammbelanga emathuneni amakhosi.


Kwathi emva kwesikhathi u-Amasiya asuka ngaso kuJehova bamakhela uzungu eJerusalema; wabalekela eLagishi, kepha bathumela eLagishi, bambulala khona.


Izinceku zakhe zamenzela ugobe, zambulala endlini yakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka