Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 21:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kwaba khona enye impi namaFilisti eGobi, lapho u-Elihanani indodana kaJahare-oregimi waseBetlehema, umfowabo kaGoliyati, umGiti, omkhonto wakhe wawunjengogongolo lomaluki, wahlula khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kwabuye kwaba khona impi namaFilisti eGobi; u-Elihanani indodana kaJahari Oregimi waseBetlehema wabulala uGoliyati umGiti oluthi lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Kwaphinde kwaqubuka enye futhi impi namaFilisti eGobhi. U-Elihanani, indodana kaJahari Oregimi waseBhethlehema, wabulala uGoliyathi, umGithi, othi lomkhonto wakhe lwalungangogongolo lomaluki.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 21:19
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Asaheli umfowabo kaJowabe wayengomunye wabangamashumi amathathu; u-Elihanani indodana kaDodo waseBetlehema,


Amaqhawe empi ayengo-Asaheli umfowabo kaJowabe, no-Elihanani indodana kaDodo waseBetlehema,


Kwabuye kwaba khona impi namaFilisti; u-Elihanani indodana kaJayire wabulala uLami umfowabo kaGoliyati umGiti, umkhonto wakhe wawunjengogongolo lwabaluki.


UJehova wasesithi kuSamuweli: Koze kube nini ulilela uSawuli, mina ngimalile ukuthi abuse phezu kukaIsrayeli? Gcwalisa uphondo lwakho ngamafutha, uhambe, ngiyakuthuma kuJese waseBetlehema, ngokuba ngizilungisele inkosi phakathi kwamadodana akhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka