2 Samuweli 19:43 - Contemporary Zulu Bible 202443 Abantu bakwa-Israyeli baphendula abantu bakwaJuda, bathi: “Sinezabelo eziyishumi enkosini, futhi kuDavide sinamandla kunani; ubuyise inkosi yethu? Futhi amazwi amadoda akwaJuda ayenamandla kunamazwi abantu bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE43 Abantu bakwa-Israyeli baphendula abantu bakwaJuda, bathi: “Sinezinxenye eziyishumi kunani enkosini, yebo, nakuDavide; nisideleleni na? Izwi lethu lokubuyisa inkosi lalingesilo elokuqala na?” Kepha amazwi abantu bakwaJuda ayelukhuni kunamazwi abantu bakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202043 Abantu bakwa-Israyeli baphendula abakwaJuda, bathi: “Thina sinezabelo ezilishumi ngaphezu kwezenu enkosini, ngisho nakuDavide. Pho nisedeleleleni na? Aliphumanga kithi kuqala yini izwi lokuthi makubuyiswe inkosi na?” Kepha amazwi abakwaJuda ayenzima kunamazwi abakwa-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼäta |