2 Samuweli 18:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Wayesethi lowo muntu kuJowabe: “Noma ngathola esandleni sami amashekeli ayinkulungwane esiliva, bengingeke ngiphakamise isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba inkosi yayala wena no-Abishayi no-Ithayi phambi kwezindlebe zethu, yathi: “Dlulani! akekho othinta insizwa u-Absalomu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Wathi-ke umuntu kuJowabe: “Noma bengiyakukhokhelwa izinhlamvu eziyinkulungwane zesiliva esandleni sami, nokho bengingayikuselulela isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba ezindlebeni zethu inkosi yakuyala wena no-Abishayi no-Ithayi ukuthi: ‘Yilondeni insizwa u-Abisalomu.’ Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202012 Lowo muntu wathi kuJowabe: “Noma ngabe bengizokhokhelwa izinhlamvu zesiliva eziyinkulungwane esandleni sami, nokho bengingeke ngibeke isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba sizwile ngezindlebe zethu inkosi ikuyala wena no-Abhishayi no-Ithayi, ithi: ‘Yilondeni insizwa u-Absalomu.’ Uka jalj uñjjattʼäta |