Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 16:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 U-Abisalomu wathi kuHusayi: “Lokhu kungumusa wakho kumngane wakho na? kungani ungahambanga nomngani wakho?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 U-Abisalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukuthembeka kwakho kumngane wakho na? Awuhambanga ngani nomngane wakho na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 U-Absalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukwethembeka kwakho kumngani wakho, na? Awuhambanga ngani nomngani wakho, na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 16:17
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UHushayi wasesithi kuAbisalomu: Hatshi! kepha lowo uJehova amkhethayo nalaba bantu nawo wonke amadoda akwa-Israyeli ngiyoba ngowakhe, ngihlale naye.


Kwathi esefikile eJerusalema ukuhlangabeza inkosi, inkosi yathi kuye: Kungani ungahambanga lami, Mefiboshethi?


Umngane uthanda ngezikhathi zonke, nomzalwane uzalelwa ukuhlupheka.


Umuntu onabangane kumelwe abe nobungane; futhi kukhona umngane onamathela ngaphezu komfowenu.


Nimbuyisela kanje uJehova nina bantu abayiziwula nabangahlakaniphile na? Akusiye uyihlo okuthengileyo? Akanenzanga futhi wanimisa na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka