Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 13:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Inkosi yayisisukuma, yaklebhula izingubo zayo, yalala phansi; zonke izinceku zakhe zazimi lapho izingubo eziklebhukile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Inkosi yayisisuka, yaklebhula izingubo zayo, yalala emhlabathini, nazo zonke izinceku zema lapho, izingubo zazo ziklebhukile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

31 Inkosi yayisisuka, yaklebhula izingubo zayo, yalala emhlabathini, zonke izinceku zayo zema lapho, izingubo zazo ziklebhukile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 13:31
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

URubeni wabuyela emgodini; bheka, uJosefa wayengekho emthonjeni; waklebhula izingubo zakhe.


UJakobe waklebhula izingubo zakhe, wembatha indwangu yesaka okhalweni lwakhe, walilela indodana yakhe izinsuku eziningi.


UDavide wathatha izingubo zakhe, waziklebhula; kanjalo nawo onke amadoda aye naye.


UDavide wamncenga uNkulunkulu ngomntwana; uDavide wazila ukudla, wangena, walala phansi ubusuku bonke.


Kwathi besendleleni, kwafika umbiko kuDavide, wathi: “U-Abisalomu ubulele wonke amadodana enkosi, akwasala neyodwa kuwo.”


UDavide wayesethi kuJowabe nakubantu bonke ababe naye: “Kklebhulani izingubo zenu, nibhince indwangu yamasaka, nilile phambi kuka-Abineri. Inkosi uDavide yalandela umgoqo.


Khona-ke uJobe wasukuma waklebhula ingubo yakhe waphuca ikhanda lakhe wawela emhlabathini wakhuleka.


UJoshuwa waklebhula izingubo zakhe, wawa ngobuso emhlabathini phambi komphongolo kaJehova kwaze kwahlwa, yena namalunga akwa-Israyeli, bathela uthuli emakhanda abo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka