Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 11:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Abantu bomuzi baphuma balwa noJowabe, kwawa amadoda ezinceku zikaDavide; wafa naye u-Uriya umHeti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Abantu bomuzi baphuma balwa noJowabe; kwawa abantu abathile ezincekwini zikaDavide; wafa naye u-Uriya umHeti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Amadoda akulowo muzi aphuma ukuzolwa noJowabe. Kwafa abantu abathile ezincekwini zikaDavide; kwafa no-Uriya, umHithi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 11:17
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lapho uJowabe ebona umuzi, wamqondisa u-Uriya endaweni azi ukuthi kukhona amadoda anesibindi.


Emva kwalokho uJowabe wathumela watshela uDavide konke mayelana nempi;


Ngubani owanqoba u-Abimeleki indodana kaJerubhesheti na? Angithi owesifazana wamjikijela ilitshe lokuchola esodongeni, waze wafa eThebesi? usondeleleni odongeni? uthi: Inceku yakho u-Uriya umHeti ifile.


Kungani udelele umyalo kaJehova ukuba wenze okubi emehlweni akhe na? wambulala u-Uriya umHeti ngenkemba, wathatha umkakhe waba ngumkakhe, wambulala ngenkemba yabantwana bakwa-Amoni.


Ngikhulule ecaleni legazi, Nkulunkulu, Nkulunkulu wensindiso yami, futhi ulimi lwami luzakwethaba ngokulunga kwakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka