Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 11:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi ekuseni uDavide walobela uJowabe incwadi, wayithumela ngesandla sika-Uriya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kwathi ekuseni uDavide wamlobela uJowabe incwadi, wayithuma ngesandla sika-Uriya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 Kwathi ekuseni uDavide walobela uJowabe incwadi, wayiphathisa u-Uriya.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 11:14
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kungani udelele umyalo kaJehova ukuba wenze okubi emehlweni akhe na? wambulala u-Uriya umHeti ngenkemba, wathatha umkakhe waba ngumkakhe, wambulala ngenkemba yabantwana bakwa-Amoni.


Futhi gcina inceku yakho ezonweni zokugabadela; mazingabuse phezu kwami; khona-ke ngizoba qotho futhi ngingabi nacala ecaleni elikhulu.


Ulimi lwakho luceba okubi; njengensingo ebukhali esebenza ngokukhohlisa.


Ngempela, abantu abaphansi bayize, nabantu abaphakeme bangamanga;


Inhliziyo iyakhohlisa ngaphezu kwakho konke, nenhliziyo yonakele; ngubani ongakwazi?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka