2 Samuweli 10:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Ngakho uHanuni wabamba izinceku zikaDavide, waphucula ingxenye yesilevu sazo, wasika izingubo zazo phakathi kwaze kwafika ezinqeni zazo, wazimukisa. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 UHanuni wayesebamba izinceku zikaDavide, waphucula inxenye yezilevu zazo, wahina izingubo zazo phakathi kwaze kwaba sezinqeni zazo, wazimukisa. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20204 UHanuni wazibamba izinceku zikaDavide, wazigunda ingxenye yezilevu zazo, wahhephuna izingubo zazo kwaze kwaba sezinqeni, wayesezikhomba indlela. Uka jalj uñjjattʼäta |