Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 1:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Lingakutsheli eGati, lingakwenzi kwaziwe ezitaladeni zeAshikeloni; ukuze amadodakazi amaFilisti angathokozi, namadodakazi angasokile angathokozi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “Ningakusho eGati, ningakumemezeli ezitaladini zase-Ashikeloni, funa amadodakazi amaFilisti ajabule, namadodakazi abangasokile athokoze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 “Ningakusho eGathi, ningakumemezeli emigwaqweni e-Ashikeloni, funa amadodakazi amaFilisti ajabule, namadodakazi abangasokile athokoze.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 1:20
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, yingakho ngelulela isandla sami phezu kwakho, nganciphisa ukudla okudlayo, ngakunikela entandweni yabakuzondayo, amadodakazi amaFilisti anamahloni ngendlela yakho eyihlazo.


Bungakabonakali ububi bakho, njengasesikhathini sokuhlanjalazwa kwakho amadodakazi ase-Aramu nabo bonke abayihaqayo, amadodakazi amaFilisti, ayekudelela nxazonke.


Ningakukhulumi eGati, ningakhali nakanye; zigingqe othulini endlini ka-Afra.


UJefta wafika endlini yakhe eMispa; futhi wayezelwe yedwa; ngaye wayengenandodana nandodakazi.


UMoya kaJehova wehlela phezu kwakhe, wehlela e-Ashikeloni, wabulala kubo abantu abangamashumi amathathu, wathatha impango yabo, wanika abachaza imfihlakalo izingubo. Intukuthelo yakhe yavutha, wakhuphukela endlini kayise.


UJonathani wasesithi kuyo ijaha eligqoka izikhali zakhe: Woza, sichaphele endaweni yabalindi yalaba abangasokile; nge min.


UDavide wakhuluma kubantu ababemi ngakuye, wathi: “Kwenziwani kumuntu obulala lo mFilisti, asuse ihlazo lika-Israyeli na? Ngokuba ungubani lo mFilisti ongasokile ukuba edelele imiyalo kaNkulunkulu ophilayo na?


Inceku yakho ibulele kokubili ingonyama nebhere, futhi lo mFilisti ongasokile uyakuba njengenye yazo, ngoba udelele amabutho kaNkulunkulu ophilayo.


Lapho befika, lapho uDavide ebuya ekubulaleni umFilisti, abesifazane baphuma emizini yonke yakwa-Israyeli, behlabelela futhi besina ukuhlangabeza inkosi uSawule ngezigubhu nokujabula nezinsimbi zokubethwa.


USawule wayesethi odibini lwezikhali zakhe: “Hosha inkemba yakho, ungigwaze ngayo; funa laba abangasokile bafike bangibhoboze bangithuke. Kodwa umthwali wezikhali zakhe wala; ngoba wayesaba kakhulu. Ngakho uSawule wathatha inkemba wawela phezu kwayo.


Lawa angamasikela egolide amaFilisti awabuyisela kuJehova njengomnikelo wecala; ele-Ashidodi elilodwa, ngeleGaza elilodwa, ngele-Ashikeloni elilodwa, ngeleGati elilodwa, ngele-Ekroni elilodwa;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka