Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 kuThimothewu 2:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Likholekile izwi elithi: Ngokuba uma safa kanye naye, siyakuphila futhi kanye naye;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Likholekile leli zwi lokuthi: Ngokuba uma safa naye, siyakuphila naye futhi;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Lithembekile leli lizwi elithi: ngokuba uma safa naye, siyakuphila futhi naye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Likholekile izwi elithi: Ngokuba uma safa kanye naye, siyakuphila futhi kanye naye;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 kuThimothewu 2:11
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuseyisikhashana izwe lingabe lisangibona; kodwa nina niyangibona, ngokuba ngiphila mina, nani nizakuphila.


Ngoba uba sihlanyelwe kanye naye ekufananeni kokufa kwakhe, sizakuba njalo ekufananeni kokuvuka kwakhe;


Kepha uma safa kanye noKristu, siyakholwa ukuthi siyakuphila futhi kanye naye;


Ngokuba noma wabethelwa esiphambanweni ngobuthakathaka, nokho uphila ngamandla kaNkulunkulu. Ngokuba nathi sibuthakathaka kuye, kepha siyakuphila kanye naye ngamandla kaNkulunkulu kini.


sithwele njalonjalo emzimbeni wethu ukufa kweNkosi uJesu, ukuze lempilo kaJesu ibonakaliswe emizimbeni yethu.


Khona thina esisekhona sisasele siyakuhlwithwa kanye nabo emafwini, sihlangabeze iNkosi emoyeni; kanjalo siyakuba neNkosi njalo.


owasifelayo, ukuze kuthi, loba siphaphama kumbe silele, siphile kanye laye.


Likholekile leli zwi, lifanele ukwamukelwa konke, ukuthi uKristu Jesu weza ezweni ukusindisa izoni; engiyinduna yabo.


Liqinisile izwi elithi: Uma umuntu efisa isikhundla sombonisi, unxanela umsebenzi omuhle;


Likholekile leli zwi, futhi lezizinto ngithanda ukuba uziqinise ungayeki, ukuze abakholwa nguNkulunkulu baqaphele ukugcina imisebenzi emihle. Lezi zinto zinhle futhi zinenzuzo kubantu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka