Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 kaPetru 2:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 njalo bayakwamukeliswa umvuzo wokungalungi, njengabathi kuyintokozo ukwenza impinda emini. Bangamabala nezisihla, bedlala ngenkohliso yabo, besidla nani;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 bamukele umvuzo wokungalungi. Labo bathi ukutamasa emini kungukujabula; bayizisihla nezinsolo, bezitika ekukhohliseni kwabo bedla nani;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Bayakwemukeliswa isijezo esifanele ukwenza kwabo okubi. Bacabanga ukuthi ukutamasa nokuminza imini yonke kungukujabula, kepha bayizisihla nehlazo bezitika ekuzikhohliseni kwabo, okunenza nibe namahloni uma bedla nani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 njalo bayakwamukeliswa umvuzo wokungalungi, njengabathi kuyintokozo ukwenza impinda emini. bangamabala nezisihla, bedlala ngenkohliso yabo, besidla nani;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 kaPetru 2:13
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umuhle wonke, sithandwa sami; akukho ndawo kuwe.


Maye kwababi! kuyakuba kubi kuye, ngokuba inkokhelo yezandla zakhe iyakunikwa yona.


Masihambe ngokufaneleyo njengasemini; kungabi ngokuzitika ngokuminza nokudakwa, kungabi ngamanyala namanyala, kungabi ngokuxabana nomhawu.


ukuze azimise phambi kwakhe ibandla elinenkazimulo, elingenasisihla, noma umbimbi, nanto enjalo; kodwa ukuthi libe ngcwele njalo lingelasici.


abakuphela kwabo kungukubhujiswa, abaNkulunkulu wabo uyisisu sabo, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abanaka izinto zasemhlabeni.


U-Aleksandru, umkhandi wethusi wangenza okubi okuningi; uJehova makamnike ngokwemisebenzi yakhe;


Niphile ubumnandi emhlabeni, nizitika; nondlile izinhliziyo zenu njengasosukwini lokuhlaba.


Ngokuba kuyamangala ukuthi kaligijimi kanye labo kulowo mkhuba wokungathembeki, bekhuluma kabi ngani;


abayishiyile indlela eqondileyo baduka belandela indlela kaBalami indodana kaBosori owathanda inkokhelo yokungalungi;


Linikeni njengalokho lanivuza, niligcwalise ngokuphindwe kabili ngokwemisebenzi yalo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka