Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 8:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 ukuze nathi sibe njengazo zonke izizwe; futhi ukuze inkosi yethu isahlulele futhi iphume phambi kwethu futhi ilwe izimpi zethu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 ukuze nathi sibe njengezizwe zonke, inkosi yethu isahlulele, iphume phambi kwethu, ilwe izimpi zethu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 ukuze nathi sifane nezizwe zonke, inkosi yethu isehlulele, kube yiyo esiholayo lapho siphuma impi, ilwe izimpi zethu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 8:20
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa bahlangana labezizwe bafunda imisebenzi yabo.


Ngokuba kuzokwaziwa kanjani lapha ukuthi mina nabantu bakho ngifumene umusa emehlweni akho na? akusikho ukuthi uhambe nathi na? kanjalo siyakwahlukaniswa, mina nabantu bakho, kubantu bonke abasemhlabeni.


Ngokuba ngisesiqongweni samadwala ngiyambona, nasemagqumeni ngiyambona; bheka, abantu bayakuhlala bodwa, bangabalwa phakathi kwezizwe.


Uma beningabezwe, izwe belizothanda okwalo, kepha ngokuba ningesibo abezwe, kodwa nganikhetha mina ezweni, ngalokho izwe liyanizonda.


Jabulani ethembeni; ubekezele osizini; niqinise emthandazweni;


Ngalokho phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi, ningathinti okungcolileyo; futhi ngizokwamukela,


Ngokuba uyisizwe esingcwele kuJehova uNkulunkulu wakho; uJehova uNkulunkulu wakho ukukhethile ukuba ube yisizwe sakhe phezu kwezizwe zonke ezisemhlabeni.


Ngokuba indaba yethu isezulwini; lapho futhi silindele khona uMsindisi, iNkosi uJesu Kristu.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Lapho nibona ukuthi uNahashi, inkosi yabantwana bakwa-Amoni, uyeza ukulwa nani, nathi kimi: ‘Qha; kepha inkosi iyakusibusa, lapho uJehova uNkulunkulu wenu eyinkosi yenu.


Bhekani, inkosi iyaphuma phambi kwenu, mina-ke sengimdala, ngiyimpunga; bhekani, amadodana ami akini, mina ngihambile phambi kwenu kusukela ebuntwaneni bami kuze kube namuhla.


Wathi kuye: “Bheka, usumdala, amadodana akho awahambi ngezindlela zakho; manje simisele inkosi ukuba isahlulele njengezizwe zonke.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka