Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 8:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi uSamuweli esemdala wabeka amadodana akhe abahluleli phezu kukaIsrayeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi uSamuweli esemdala, wabeka amadodana akhe abe ngabahluleli phezu kuka-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Kwathi lapho uSamuweli esemdala, wabeka amadodana akhe ukuba abe ngabehluleli kwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 8:1
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nganika umfowethu uHanani noHananiya induna yesigodlo ukuba babe negunya phezu kweJerusalema, ngoba wayeyindoda eqotho futhi emesaba uNkulunkulu ngaphezu kwabaningi.


Ngiyakuyala phambi kukaNkulunkulu, neNkosi uJesu Kristu, nezingelosi ezikhethiweyo, ukuba uzigcine lezo zinto ngaphandle kokukhetha kuqala, ungenzi lutho ngokukhetha abantu.


Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amaesile angamashumi amathathu, benemizi engamashumi amathathu ebizwa ngokuthi iHavoti-Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.


Wayenamadodana angamashumi amane namadodana omfowabo angamashumi amathathu agibela izimbongolo ezingamashumi ayisithupha; wahola u-Israyeli iminyaka eyisishiyagalombili.


Khulumani nina enigibele izimbongolo ezimhlophe, nina enihlezi ekwahluleleni nihamba endleleni.


Bhekani, inkosi iyaphuma phambi kwenu, mina-ke sengimdala, ngiyimpunga; bhekani, amadodana ami akini, mina ngihambile phambi kwenu kusukela ebuntwaneni bami kuze kube namuhla.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka