1 Samuweli 7:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Lapho amaFilisti ezwa ukuthi abantwana bakwa-Israyeli babuthene eMispa, izikhulu zamaFilisti zahlasela u-Israyeli. Lapho abantwana bakwa-Israyeli bekuzwa lokho, besaba amaFilisti. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 AmaFilisti esezwile ukuthi abantwana bakwa-Israyeli babuthene eMispa, amakhosi amaFilisti akhuphuka ukulwa no-Israyeli. Abantwana bakwa-Israyeli bekuzwile lokho bawesaba amaFilisti. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 Esezwile amaFilisti ukuthi abakwa-Israyeli babuthene eMizpha, amakhosi amaFilisti akhuphuka ukuyolwa no-Israyeli. Abantu bakwa-Israyeli bezwa, bagcwala ukwesaba phambi kwamaFilisti. Uka jalj uñjjattʼäta |