Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 5:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abantu abangafanga bashaywa ngesijeziso, nokukhala komuzi kwenyukela ezulwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Abantu abangafanga bashaywa ngamathumba; ukukhala komuzi kwenyukela ezulwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Abantu abangafanga bashaywa ngamathumba; ukukhala komuzi kwenyukela ezulwini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 5:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Futhi kuyokwenzeka ukuthi uJehu uyombulala lowo owaphunyuka enkembeni kaHazayeli; ophunyuka enkembeni kaJehu, u-Elisha uyakumbulala.


UFaro wavuka ebusuku, yena nazo zonke izinceku zakhe namaGibhithe onke; kwaba khona ukukhala okukhulu eGibithe; ngoba kwakungekho ndlu lapho okwakungekho ofileyo khona.


UJuda uyalila, amasango akhe adanile; zimnyama phansi; ukukhala kweJerusalema kwenyuka.


Khalani nina belusi, nikhale; nizibhuqe emlotheni, nkosi yomhlambi, ngokuba izinsuku zokuhlaba kwenu sezidlulile nokuhlakazwa; futhi uzowa njengento ethandekayo.


Izwi lokumemeza livela eHoronayimi, ukubhujiswa nokubhujiswa okukhulu.


Njengokungathi umuntu ubalekela ingonyama, ahlangane nebhere; noma engena endlini, wancika isandla sakhe odongeni, walunywa yinyoka.


Umphongolo kaJehova wawusezweni lamaFilisti izinyanga eziyisikhombisa.


Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini, umgcobe abe ngumbusi phezu kwabantu bami u-Israyeli, ukuze asindise abantu bami esandleni samaFilisti; ngoba ngikubonile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka