Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 4:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Maye kithi! ngubani oyakusikhulula esandleni salaba nkulunkulu abanamandla na? yilabo onkulunkulu abashaya abaseGibithe ngazo zonke izinhlupho ehlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Maye kithina! Ngubani oyakusophula esandleni salaba onkulunkulu abanamandla na? Yilaba onkulunkulu abashaya abaseGibithe ngazo zonke izifo ehlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Maye kithi! Ngubani oyosihlenga esandleni salaba onkulunkulu abanamandla na? Yibo labo nkulunkulu abashaya abaseGibhithe ngalo lonke ubhubhane ehlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 4:8
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abantu bayakuzwa, besabe; usizi luyakubamba abakhileyo ePalestine.


AbaseGibhithe bazakwazi ukuthi nginguJehova lapho ngelulela isandla sami phezu kweGibhithe ngikhuphe abantwana bakoIsrayeli phakathi kwabo.


Ngokuba ngalesi sikhathi ngiyakuthuma zonke izinhlupho zami enhliziyweni yakho, nasezincekwini zakho, nakubantu bakho; ukuze wazi ukuthi akakho onjengami emhlabeni wonke.


Laba banamandla okuvala izulu ukuze lingani ngezinsuku zokuprofetha kwabo, futhi banamandla phezu kwamanzi okuwaphendula abe yigazi, futhi ashaye umhlaba ngazo zonke izinhlupho, noma nini ngokuthanda kwabo.


AmaFilisti esaba, ngokuba athi: “UNkulunkulu ungenile ekamu.” Futhi bathi: Maye kithi! ngoba into enjalo yayingekho ngaphambili.


Qinani, nime njengamadoda, nina maFilisti, ukuze ningawakhonzi amaHeberu njengalokho ekhonza kini;


Lapho abantu base-Ashidodi bebona ukuthi kunjalo, bathi: “Umphongolo kaNkulunkulu ka-Israyeli awunakuhlala kithi, ngokuba isandla sakhe sinzima kithina nakunkulunkulu wethu uDagoni.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka