1 Samuweli 31:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Lapho abantu bakwa-Israyeli ababengaphesheya kwesigodi nabangaphesheya kweJordani bebona ukuthi abantu bakwa-Israyeli bayabaleka nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi, babaleka; afika amaFilisti, ahlala kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Lapho abantu bakwa-Israyeli ababe ngaphesheya kwesigodi nalabo ababe ngaphesheya kweJordani bebona ukuthi abantu bakwa-Israyeli babaleka nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi, babaleka; amaFilisti afika, ahlala kuyo. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 Kwathi ukuba abantu bakwa-Israyeli ababephesheya kwesigodi nalabo ababengaphesheya kweJordani, babone ukuthi abantu bakwa-Israyeli bayabaleka, nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi yabo, babaleka. AmaFilisti afika, ahlala kuyo. Uka jalj uñjjattʼäta |