Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 3:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 USamuweli wayengakamazi uJehova, nezwi likaJehova lalingakambulelwa kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha uSamuweli wayengakamazi uJehova, nezwi likaJehova lalingakambulelwa kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 USamuweli wayengakamazi uSimakade, nezwi likaSimakade lalingakembuleki kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 3:7
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha ozibongayo makazibonge ngakho, ukuze angiqonde, azi Mina, ukuthi nginguJehova owenza umusa, nokwahlulela, nokulunga emhlabeni; ngokuba lokhu ngiyathokoza,” usho uJehova.


Wathi kubo: “Namukele uMoya oNgcwele selokhu nakholwa na? Base bethi kuye: “Asikaze sizwe ukuthi kukhona uMoya oNgcwele.”


Lapho ngisengumntwana, ngakhuluma okomntwana, ngaqondisa okomntwana, ngazindla okomntwana;


UJehova waphinda wambiza uSamuweli. USamuweli wasukuma, waya ku-Eli, wathi: “Ngilapha; ngoba Ungibizile. Wathi: “Angikubizanga, ndodana yami; lala futhi.


UJehova waphinda wambiza uSamuweli ngokwesithathu. Wasukuma, waya ku-Eli, wathi: “Ngilapha; ngoba Ungibizile. U-Eli waqaphela ukuthi uJehova umbizile umntwana.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka