1 Samuweli 28:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Owesifazana wasesithi kuye: Khangela, uyakwazi wena akwenzayo uSawuli, ukuthi waqeda imimoya yabafileyo labathakathi elizweni; ngalokho ubeke ugibe ukuze umphefumulo wami ufe na? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Owesifazane wathi kuye: “Bheka, uyazi ukuthi uSawule wenzeni, ukuba unqumile ezweni abanamadlozi phakathi kwabo nabathakathi; ngalokho ungibekelelani ugibe ukuba ungibulale na?” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20209 Owesifazane wathi: “Uyabona-ke, wazi kahle ukuthi uSawule wenzeni, ubabhubhisile ezweni abanamadlozi nabathakathi; manje kungani ungibekela ugibe ukuze ungibulale na?” Uka jalj uñjjattʼäta |